How To Do An Exegesis (Zulu)- by Moriel Zulu Mission

April 1, 2025

Ukwenza Isichasiso Semibhalo Engcwele

Ukuchaza itemu isichasiso:

Ekufundeni kwethu iHemenutiksi, sithinte kafishane imigomo ekwenzeni isichasiso semihbalo engcwele. Ukuvimbela ukuphindeka, ngeke sisayithinta uqobo lwayo. Uzofunda unkuthi ungaqondanisa kanjani neminye imithombo khona uzothola imininingwane eqondile. Esizokwenza kulesisifundo ukuvela nendlela yokuchasisa imibhalo nokuhumusha imibhalo isuka ngqo emibhalweni. Uzothola ukuthi lendlela ibanzi futhi ithatha isikhathi, kodwa kuzoba umzamo omkhulu. Asiqale ngokuchaza incazelo yesichasiso semibhalo engcwele.

Isichasiso sisho ukuthi:

"Ukuchasisa imibhalo" Isichazamazini sikaCollins Ngokuka uTerry Miethe:

"Encazelweni yesiGireki ku 'ex' kipha, 'hegeisthai' ukuhola. Isichasiso yindlela yokuzama ukuqonda isahlukwana eBhayibelini. Umfundi wombhalo ufunda incazelo yamagama nolimi lwezinhlamvi zamagama ukubona ukuthi uMoya Oyincwele Uxhumana naye uthini, ukuthola incazelo ezinhlamvu zamagama kunofunda lokhu akufunayo ezinhlamvini zamagama. Kuzama ukwengula imfundiso eyiqiniso yezinhlamvu zebhayibheli ukukhulisa umoya empilweni yobukristu.”

Isichisiso sifaka imithetho ehlukene yokuhumusha emagameni owanikiwe yikhono uzokwembulelwa iqiniso eliqukethwe kulomlayezo. Sifuna ukuzama nokuthola ukuthi umbhali usho ukuthini uma ebhala inxenye ethile yoMbhalo, yiziphi izimo ezazikhona ngesikhathi ebhala nokunye. Njengoba sibonile kwiHemenuthiksi, lokho kuzoyithinta kakhulu indlela esiqonda futhi nesisebenzisa ngayo imibhalo ezimpilweni zethu.

Khumbula: Ukubheka okungesikho kuzoholela ekuhumusheni okungesikho lokho okuzonholela ekwenzeni ngokungesikho. Uma indlela yethu ingacubungulisisi, futhi ingaqondisekile, imiphumela ingehluka kakhulu kulokhu okuqondwe umbhali!

Sizolandela indlela evumisayo yokucwaninga umbhalo, futhi sizothinta ukuhumusha nokukusebenzisa futhi.

Iyodwa indlela yesichasiso esingeke sibe naso isikhathi sokuyethinta isichasiso samaJuda noma 'iMidrash'. Kufanele sikhumbule ukuthi iBhayibheli labhalwa ngamaJuda elibhalela amaJuda onkana ngakho?ke ukuhumusha imibhalo ngaphandle kombono wabo jekelele kungeke kube naqiniso emsukeni wencazelo yombhali.

Yini Indlela Evumayo Yokufunda?

Indlela evumayo yokufunda inemikhakha emethathu yokufunda:

  • Ukubheka
  • Ukuhumusha
  • Ukwen

Nakubo sizobe sibheka kakhulu ukuthi singawubheka kanjani umbhalo ngokuqondile, ngiyakholwa ukuthi kubalulekile kithina ukwazi ukuhumusha futhi senze umbhalo. Sigxile kakhulu ekuhumusheni nasekwenzeni ngesikhathi sifunda ngeHemenuthiksi, kodwa sizothatha ukuhumusha nokwenza ekukhanyeni kwendlela evumayo yokufunda.

Ukubheka

Ukubheka kufaka ukufunda ukubona ukuthi isahlukwana sithini. Ngamanye amazwe sizibuza umbuzo: "Sithini lesisahlukwana?"

Ukuhumusha

Ukuhumusha kufaka phakathi ukuthola ukuthi lithini ikhasi.

Ukwenza

Ukwenza kufaka phakathi ukukhombisa ngesenze ukuthi senze sahumusha ini. Ukwenza indlela ebalulekile neyimpoqo engxenyeni yezifundo zeBhayibheli. Uma sifunda ngaphandle kokwenza njengenhloso yethu yokugcina, sifunda iphutha! Uma sithola amaqiniso ahlukahlukane emibhalweni, kufanele siwasebenzise!

Ukubheka ? Ngabe Uthini Umbhalo?

Khumbulani ukuthi inhloso yethu enkulu ekubhekeni ukuthola ukuthi umbhalo uthini. Iyona ngxenye ebaluleke kakhulu yezifundo zebhayibheli, ukubheka ngokungesikho umphumela wakho ukwenza iphutha!

Siqala kuphi?

  1. Qala ngomkhuleko
  2. Ngaphandle kokuhola nokusebenza kuMoya oyiNgcwele, sizobe sesifunda indlela ngaphandle kokuncika kwakhe ozosiholela kulolonke iqiniso. Funda uJohane 16:13
  3. Buza imibuzo engu?5
  • Yilena:
  • Ubani
  • Kuphi
  • Kungani
  • Kanjan
  • Isibonelo Funda 1 EkaPetru isahluko 5 Ubani lo Nguye okhulumayo? uPetru. Ukhuluma nobani? Ukhuluma nabadala. Ukhuluma ngani?
  • Zenezeka nini lezizinto? Zenzeka kuphi zonke lezizinto? Kungani uPetru esho lokhu?
  • Kufanele uzibuze lemibuzo ngesikhathi ufunda imibhalo. Zama ukukhetha igama ngalinye.
  • Ngasosonke isikhathi uma usebenza ngebhayibheli, zama futhi ubone ukuthi ungaphendula imibuzo engu?5. Kusobala ngeke ukwazi ukuphendula lemibuzo ingxenye nengxenye yoMbhalo lokho iBhayibheli lenziwa umtapo wezincwadi ezahlukene.
  1. Gqamisa onke amagama aziqalo nezisho
  2. Isiqalo segama yisona esibalulekile embhalweni. Noma ngamanye amazwi igama eliyisiqalo yileli okuthi uma lisuswa lenza isahlukwana singaqondakali.
  3. Umbhali njalo uzophinda amagama ayiziqalo, ukwenza lokhu ukuze inhloso yakhe yokubhala icace.
  4. Amagama ayiziqalo angaphindaphindeka evesini eliliodwa, kwisahluko, noma encwadini yonke. Indlela esingathola ngayo amagama ayiziqalo isobala ukugqamisa wona ngendlela ekhethekile njengoba sifunda izincwadi ezahlukene zeBhayibheli. Uma sesiqedile ukuwagqamisa, sizokwazi ngokuphosa iso.
  5. Siwathola kanjani amagama aziqalo? Funda yonke incwadi noma isahluko izikhathi ezimbalwa. Yimaphi amagama owathola ephindwaphindwa njalonjalo? Njengoba uqhubeka nokubheka sonke kancane futhi, gqamisa amagama ayiziqalo
  6. Akesibheke futhi 1 ekaPetru isahluko?5. Ngokushesha bheka sonke isahluko ukubona ukuthi ungakwazi yini ukubheka amagama aziqalo.
  7. UJesu wahlupheka.
  8. Amanye amakholwa ayahlupheka. Nawe uzohlupheka.
  9. Ukuhlupheka kuphelelisa, kuqiniseka, kuqinise kwakhe lowo ohluphekayo. Kuyacaca kuzondingeka loluhlu lwamagama. Azobe egqamiswe ngendlela efanayo.
  10. Singagqamisa amagama aziqalo ngokusebenzisa isimpawu, imibala, noma kokubili. Ngokwenza lokhu, uzobe ungafundi umbhalo ngokucopelela, kodwa uzobe wembula inhloso yombhali yokubhala, into yokuqala nokungaphezulu, uzobe uzenzela lokhu wena luqobo! Yilokho okwenza lendlela yokuchasisa ijabulise!
  11. Bheka lezizimpawu ezilandelayo njengesibonelo:
  12. UNKULUNKULU, UTHANDO, UMTHETHO, UKUPHENDUKA, INKAZIMULO, UKRISTU, UKULUPHEKA, UMUSA.
  13. Khumbula ukuthi noma ngabe uiluphi uphawu nombala owukhethayo, kufanele uzame ukusebenzisa izimpawu nemibala efanayo kwezinye izincwadi zeBhayibheli.
  14. KHUMBULA: NGENKATHI UGQAMISA IGAMA ELIYISIQALO NGALINYE ZIBUZE IMIBUZO EMIHLANU.
  15. Isibonelo: Igama lethu eliyisiqalo bekungukuhlupheka. Uzobe usuzibuza Ngubani owayehlupheka? Kungani babehlupheka? Yini eyenza ukuhlupheka kwabo? Yini okwakumele bayenze ekuhluphekeni kwabo nokunye? Khumbula ukubuza imibuzo ongayicabanga ubone ukuthi ngeke yini uthole izimpendulo EMBHALWENI UQOBO.
  16. Bheka uhlu
  17. Isinyathelo esilandelayo ukubheka uhlu. Ngabe lokhu kusho ukuthini? Zama ukuthola futhi wenze lwakho konke okushiwo umbhali ngesihloko esithile. Akesithathe ukhlupheka njengesibonelo.
  18. Sizokuthatha njengegama eliyisiqalo kwisahluko?5. Manje bhala phansi konke lokhu uPetru astshela ngakho Ngokuhlupheka kulesisahluko. (Bheka uvesi 1,9,10)
  19. Uhlu ngokuhlupheka:
  20. Qaphela futhi ugqamise inkathi
  21. Singadweba iwashi elilula elingubuso emphethweni weBhayibheli lakho njalo uma sidibana nevesi elisebenzisa inkathi. Ngaleyondlela siyakwazi ukusebenzisa imigomo ephathelene nokufundisa uma ingasebenziseka kugcine imininingwane iqondile iyiyo. Isibonelo kuyoba ezinye zezethembiso uNkulunkulu azenza kuAbraham noma kumaIsrayeli ngaleyo ndaba.
  22. Iningi lalezizethembiso zazingenzelwe ngqo kulababantu, kodwa futhi zenzeka ngesikhathi ezazibekelwe sona. Thatha umyalelo woMdali kumaIsrayeli ukuba amashe azungeza iJerikho. Uma senza isichasiso esinzulu, sizofika esiphethweni sokuthi kwakungumyalelo oqonde ngaqo futhi akusiyo into aMakristu
  23. okumele ayenze namuhla. Uyabona ukuthi ukulandela izinyathelo ezilula ukuthi kungaholela (ekuchasiseni Imibhalo) futhi okuyosisiza ukuhumusha nokwenza iqiniso leMibhalo ngokuqondile ezimpilweni zethu!
  24. ISEXWAYISO: Ungazicabangela, "Umsebenzi omningi futhi onzima" uzobe uqinisile! Kunjalo! Kodwa khumbula kufanele sibe ngamadoda nabesifazane. Ngokulunga abahlukanisa izwi leqiniso (2 Thimothewu 2 : 15), elidinga ukusebenza kanzima nokuqondisa izigwegwe. Umfutho esiwufakayo ukwenza ucwaningo olulungile ngeke kube yimizamo emoshekayo.
  25. Umsebenzi
  26. Masisebenzise lemigomo ukuthola konke lokhu esingakwenza ngoNkulunkulu 1 Petru 5. Thatha imizuzu engu 10 nethimba lakho bese wenza umbiko.
  27. Wahluphekela thina.
  28. Ungumelusi wethu omkhulu.
  29. Mkhulu.
  30. Nguye yedwa ongasinakekela.
  31. Uyasinakekela.
  32. Qaphela zonke izivumelwano zesiphetho nokwahlukana

Zizolandela umcabango obalulekile zizobe zenziwa ngamagama anjengo ngakho?ke, ngalesosikhathi njalonjalo. Yenza okufanyo ngokwehlukana okuzobe kunaleligama kodwa.

G) Yakha indikimba isihloko ngasinye

Ungafisa ukubeka izindikimba eshadini khona uzokwazi ukuzibheka ngokushesha esikhathini esizayo. International Inductive Bible Study iyithuluzi elithandekayo ongaba nalo ngoba linemikhawulo emihle ebanzi ukuze wenze amanothi kodwa ekugcineni kwesahluko kunendawo yoinikiwe yendikimba.

Isibuyekezo

Ngokushesha asibukeze esikudingayo uma sibheka.

  1. Qala ngomukhuleka
  2. Qaphelisa imibuzo emihlanu. Bheka okungakukhetha
  3. Qaphelisa onke amagama aziqalo nezisho
  4. Yenza uhlu
  5. Notha uqaphelise izinkathi
  6. Notha zonke izinhlaka zesiphetho nokwahlukana
  7. Yakha indikimba isihloko ngasinye
Ukuhumusha Nokwenza

Ukubheka kuziaa ukuthi siqonde kahle ukuthi imibhalo ithini. Ukuhumusha kuthatha isinyathelo sokubheka futhi kusiza ukuthi siqonde incazelo.

Abaningi bethu baya eZwini likaNkulunkulu benemiqondo ecabanga ngophambili nezimfundisa, uma kungesiyo imibhalo, kwenza lufifi esikubonayo. Esikhundleni sokuthi Umbhalo uchaze indlela yithu yokucabanga, singaba necala lokuvumela indlela yethu yokucabanga nokuqonda Umbhalo!

Siwyuhumusha Kanjani Umbhalo Ngendlela Eyiyo?

  1. Sonke isikhathi vumela ingqikithi ibuse
  2. Kusho ukuthini lokhu? Lokho kusho ukuthi kumele sivumele ingqikithi isize ukubona incazelo yombhalo uqobo esizama ukuwuhumusha. Ukugudlula noma imuphi uMbhalo kwingqikithi yawo lokho kuyoholela ephutheni elikhulu.
  3. Ingqikithi isho ukuthi lokhu okuhambisana nombhalo. Sidinga ukubheka amavesi asingungile uku:
  4. Lelo esizama ukulihumusha Incwadileyo esiyifundayo IBhayibheli lilodwa
  5. Ekufundeni kwethu ngeHermenuthiksi, sifunde ukuthi IBhayibheli liphefumulelwe uNkulunkulu. Ngalokho sinesiqiniseko ayikho inxenye yoMbhalo ephikisa enye. Uma sihumusha izinxenye ezimbili zoMbhalo zishayisana, lokho kungaba sobala ukuthi kungoba asihumushi ngendlela enye noma zombili izinxenye lezi ezibukeka kithi zehlukene.
  6. Umbuzo okufanele sizibuze wona uma sihumusha noma iyiphi ingxenye yoMbhalo yilena "Ingabe indlela engihumusha ngayo iyahambisana nengqikithi, inhloso, nohlaka lwencadi yonke?"
  7. Ukungahumusheki kwakhe koMbhalo kugxile endleleni engaqondile yokuhlahlela ingqikithi, kungalesisilapho esifunda khona uMbhalo ngomqondo ocabango phambili lomqondo, uthina "Izaba".
  8. Izaba ukusho "ukucela uxolo noma ukuzenzisa".
  9. Khumbula ukuthi inhloso yethu ukuthola ukuthi uMbhali ufisa ukuthini, hhayi lokhu esikucabangayo esingakujobelela kwincazelo yakhe!
  10. Bheka lonke Izwi ukaNkulunkulu
  11. IBhayibheli liyisivikeli sethu ezimfundisweni ezingeyizo. Ayikho nayinye inxenye yeBhayibheli ephikisa enye. Ngokuzibandakanya kwethu eZwini likaNkulunkulu sizivikela eMfundisweni engalungile! Uma sibona ukuthi inkulu kangakanani ingozi yomfundiso?ze emlandweni wokuqala webandla, nokuthi kukangakani sexwayiswa ngezimfundiso?ze eBhayibhelini, kufanele siqaphele kakhulu futhi siqiniseke ukuthi senza konke okusemandleni ukuthi esikufundiswayo kuyiqiniso!
  12. Ungakhi imfundiso emibhalweni engacacile EMbhalweni
  13. Nakuba sikhulumile ngalomgomo kuHermenuthiksi, kuyoba ukuhlakanipha kulesisiteji ukubuka emumva kulokhu esikufundile. Khumbula ukuthi imfundiso akumele yakhiwe ezahlukwaneni ezingacacile zoMbhalo. Ngokujwayelekile lezizahlukwana zilukhuni ukuba uziqonde ngisho noma silandele imigomo efanele yokuhumusha. Uzothola ukuthi ayikho imfundiso eyiqiniso encike kuleyongxenye yoMbhalo.
  14. Ngokwenza ucwaningo, ngokushesha uzobona iMibhalo elukhuni ukuba uyihumushe.
  15. Akengengeze kuleliphuzu ayikho ingozi uma ubheka iziphawulo uma ungacacelwa. Kodwa khumbula: Yiya kwisiphawulo esaziwayo kuphela EMVA usuwenze wonke umsebenzi wakho!
  16. Akesibheke isibonelo. Funda 1 Kor 15.29. Uma besizogxilisa imfundiso kulengxenye yoMbhalo, besizoqala ukushumayelo, ukuthi abanye abantu bangabhaphathizwa esikhundleni sezihlopo zabo ezafa ezazingabhaphathizwanga zisaphila. Lena yimfundiso esetshenziswa iMormo Cult. Uma singenaso isiqiniseko esiphelele sokuthi uPawulu wayezama ukuthini lapha, ngisho sesilandele imigomo yokuhumusha siyazi ukuthi ngeke sisebenzise loMbhalo ukwakha imfundiso!
  17. Ungaba nosikisiki lokwazi ukuthi uPawula wayekhuluma ngani lapha ? kuyinkolelo yami ukuthi wayekhuluma ngokuthile amaPhagani ayekwenza ngalesosikhathi. Qaphela ukuthi usebenzisa itemu "Labo" hhayi "Nina". Siyabona ukuthi amaMormons asebenzisa lombhalo njengokuqonda ngaphambili ngemfundiso yabo eyiphutha.
  18. Humusha uMbhalo ngoQobo
  19. Uke waqaphela ayikho incwadi yeBhayibheli ephethe lonke iqiniso? Ngiyajabula indlela uNkulunkulu athunge ngayo iqiniso eBhayibhelini. Ngiqinisile ngiyakholwa ukuthi ukwenze lokho ngenhloso.
  20. Ngumuntu olambile ngempilo ongabheka uMbhalo oyoklonyelwa ngeqiniso elijulile elikhona! UJesu uqobo wathi 'funa uyakufumana.' Kunenjabulo ekhona, uma emva kokufuna sithola ingcebo phakathi emibhalweni.
  21. Kudingeka siqaphele njalo ukuhumusha uMbhalo uqobo uma kwenzeka. Khumbula ukubheka indlela yokubhala esetshenziswe umbhali. Lokhu kubaluleke kabi. Kuyacaca ngeke sibheke AmaHubo ngalendlela efanayo ngendlela ebesingabheka ngayo imifanekiso! Nakuba imigomo yethu yokuhumusha ingafana, kufanele sibheke okushiwoyo ngokoqobo isitayela esisetshenzisiwe! Isibonelo kuzoba khona izifaniso nezingathekiso emibhalweni enobunkondlo kunasezincwadini zomlando. Bheka iTestamente elisha nelidala. Hlola ukubona yisiphi isitayela umbhali asisebenzile ezincwadini ezahlukene zeBhayibheli. Khumbula ukuthi lokhu kuzothinta indlela ohumusha ngayo uMbhalo. Izincwadi zomlando zeBhayibheli ngeke zisetshenziswe ukwenza imfundiso. Kufanele sibheke lezizincwadi ukuthi zazibhalwe
  22. ngenhloso yokuqopha umlando! Nakuba zinemigomo esingayisebenzisa ezimpilweni zethu, kufanele zibhekwe ngokukhanya ezazibhalwe ngakho, noma ngale kwalokho ngeke sikwazi ukusho ukuthi siyaqonda ukuthi yini UMBHALI ayezama ukuyisho! Isibonelo esiwumbuzo ukufunda incwadi yeZenzo. Namuhla siyabona amabandla amaningi, imfundiso eyiphutha ethathwe ezincwadini zomlando. Nakuba iZenzo ziqukethe imigomo eminingi enobunkulunkulu kufanele ngeke kube umthombo wethu wemfundiso.
  23. Ungabheki izincazelo ezicashile. Bheka imfundiso ecacile yoMbhalo. Isibonelo Izaga ziqukethe izisho ezinobuhlakani eziyiqiniso ezimweni zempilo. Kodwa?ke ngeke sithathe Izaga ngendlela efanayo esizothatha ngayo abaprofethi, noma izaga zithinta thina sonkesonke isikhathi.
  24. Isibonelo esinye isago, sithi Unkulunkulu uyokwenza isitha somuntu sihlale ngokuthula naye uma ejabulisa uNkulunkulu. Lokhu kungaba yiqiniso kwezinye izimo, kodwa uma singabheka impilo kaJesu nabanye abapostoli, sizobona ukuthi kwakungenjalo SONKE isikhathi! Izitha zikaJesu zazingahleli ngokuthula naye izitha zikaPawula zazingahleli ngokuthula naye! Isaga ngasinye siqukethe iqiniso kodwa hhayi LONKE iqiniso! Kufanele sikhumbule ukuthi isitayela soqobo sencwadi esiyifundayo, izoyithinta kangakanani indlela esenza ngayo umlayezo ezimpilweni zethu.
  25. Bheka incazelo yombhali

Ngaso sonke isikhathi zama ukubheka ukuthi yini umbhali anayo enqondweni uma ubheke ingxenye yoMbhalo oyinikiwe. Ukumaka amagama aziqalo kuyokusiza ukwenza lokhu.

Khumbula ukuthi ukubeka incazelo kwisahlukwana lokhu umbhali obkungesiyo inhloso yakhe, ukuzinika amandla alingana nawombhali. UNkulunkulu UnguMbhali wemibhalo!

  1. Ukufunda amagama kubalulekile
  2. Sifunde ukuthi ukubheka incazelo yamagama ayimvelaphi esiGireki nesiHeberu esifundweni sethu seHermenuthiksi, ngeke sisagxila esihlokweni njengasekuqaleni. Phindela emanothini akho ukubuyisa ingqondo.
  3. Qathanisa imibhalo

Lokhu kuzokusiza ukuthola umbono ogcwele wokuthi yini efundiswa yiBhayibheli ngokwesihloko osinikiwe. Uzobe usukwenza lokhu ngenkathi wenza uhlu. Khumbula, ukuqaphela ukuhumusha uMbhalo ngokwengqikithi yawo!

Khumbula: Impilo yakho! Uphethe ngesandla ithuluzi uNkulunkulu angalisebenzisa ukuququla impilo yakho ngokuphelele uma ulisebenzisa ngendlela eyiyo! Kuwumvuzo ukufunda, futhi kuwumvuzo ukufunda kahle. Zilawulezinike isikhathi ukuba noNkulunkulu zinike isikhathi esngeziwe uNkulunkulu akucije!

Ukwenza

Akusho lutho ukuthi wazi kangakanani ngoNkulunkulu neZwi lakhe, noma ngabe siyazi ukuthi liqonde ukuthini ? ngaphandle umu senza umlayezo walo ezimpilweni zethu, iMibhalo ngeke isihlomulise! Funda Jakobe 1.22?25 no 2 Tim 3.16?17.

Ukubheka nokubumusha kufaka ukwazi iZwi likaNkulunkulu. Ukwenza kufaka ukulenza uqobo. Ukhiye wokwenza ukuba ukwazi ufunde, wenze ukushiwo uMbhalo, ukulungiso, nemiyalelo empilweni.

Ukufundisa

Elinye igama esingalisebenzisela imfundiso. Uma siqonda okufundiwsa yiZwi likaNkulunkulu, siphoqekile phambi kukaNkulunkulu ukwamukela iqiniso nokuphila ngalo! Uma sibona noma iyiphi inkohliso nemfundiso esingayikolwa, kufanele siba nesiqiniseko sokuqondisa indlela yethu yokuphila. Yikho konke lokhu ukwenza okushiwo umbhalo!

Ukusola

Lokhu kuphathelene nokuthola lapho esicabange khona ngephutha, noma lapho esehluleke ukwenza lokho obekufanele sikwenze ezimpilweni zethu ngokuba nomfutho wokukwenza.

Ukulungisa

Yisitebhu esilandelayo ekwenzeni futhi?ke esilukhuni. Ngasosonke isikhathi siyazi ukuthi yini engalungile ezimpilweni zethu, kodwa simangikanqika ukuthatha izinyathelo ezifanele ukulungisa lokho. Funda 2 EkaPetru 1.3?4

Ukulungisa kuvela ngokuvuma nokushiya lokho okungalungile ezimpilweni zethu. Funda Mathewu 18.15?17

Ukuqeqeshwa ngokulunga

UNkulunkulu usihlomisa ngeMibhalo yakhe ukubhekana nanoma yisiphi isimo!

Kufanele Uzibuze Imibuzo Engu­4Emva Kokuba Ubheke Wahumusha Umbhalo
  1. Yini efundiswa yisahlukwana?
  2. Ngabe kujwayelekile noma okuthize? Ngabe kusho isikhathi esithile noma abantu abathile? Isibonelo, amaJuda, ayengavunyelwe ukudla izinhlobo ezithile zokudla. Kusobala lokho akusithinti namuhla, ngoba asikho ngaphansi kwalemigubho nale mithetho yokudla.
  3. Ngabe lombhalo uveza iphutha ezinkolweni zami noma ekuziphatheni?
  4. Ngabe ikhona imilayelo engehluleka ukuyilalela? Ngabe indlela, nokwenza kwami kuyahambisana nokushiwo umbhalo?
  5. Ngabe ithini imiyalelo kaNkulunkulu kimi?
  6. Kufanele ngenzeni njengengane yakhe, lokho okuthiwa mangikwenze kodwa manje angikwenzi?
  7. Khumbula ukubheka lokhu okulandelayo:

?Ungenzi izinga lesiko, kodwa izinga leBhayibheli.

?Musa ukuzama ukwandisa umbono wakho ngokuhumusha kabi uMbhalo.

?Musa ukuwenza uMbhalo ngaphandle kwalokhu okufanele ngabe ukufundile phambilini!

?Yenza uMbhalo uhumushe uMbhalo!

Uhlelo oluphathele nezincwadi

Miethe, T., Compact Dictionary of Doctrinal Words (Bethany House 1988) New American Standard Bible, International Inducation Study Version

Moriel: Thinthana Nabantu


By David Passmore April 14, 2026
A critical juncture in NATO'S future Rubin Rothler LLB, LLM NATO was originally established in 1949 to keep the Russian hordes at bay from toppling those European countries not forked over to the Soviet sphere of influence at the Potsdam conference. Europe lay in ruins. Britain had passed on the torch of global hegemony to the U.S. by tacitly acquiescing to the decolonization of its Empire when Churchill and Roosevelt agreed terms of the Atlantic Charter for the post-war new world order in 1941. So from its start NATO was very much an American driven endeavor. American money with the Marshall plan was propping up western European economies and its military might was forming the bulk of their defensive capabilities. The lopsided nature of this dynamic has informed how tensions have persisted and recently erupted in the Alliance. During the Cold War the U.S. felt obligated to shoulder the costs of underwriting Europe's security in light of the broader interests to keep the Soviet's in check. Following the fall of the Iron Curtain European complacency became a sticking point with the 'peace dividend' further exploiting American largesse. European NATO allies spent ever smaller percentages of their GDP on defense expenditure at U.S. expense. Now in a multi-polar world U.S. and European perceived threats are less aligned. This was first tested in the aftermath of September 11th when for the first time NATO elected to trigger its article 5 collective defense protocol. And since then the U.S. has sought to continue to expand the traditional theatre of operations beyond Europe's borders. No longer is Russia perceived by America as being a proximate existential threat to its interests, but rather containing Chinese expansion in the Pacific arena. Parallel to NATO a discrete 'five eyes' intelligence sharing alliance comprising the Anglo-sphere (the U.S., U.K., Canada and New Zealand) emerged. This stands at the center of the U.S. – U.K. 'special relationship'. A relevant question would be can this signals intelligence (NSA-GCHQ) partnership persist should the U.S. withdraw from NATO? Conventional thinking would have led one to believe that with Brexit the U.K. would naturally pivot towards closer U.S. relations but under Starmer the U.K. is distancing itself. European powers misrepresent the present conflict as an aggressive, rather than defensive U.S. adventure while they themselves are more likely to be at risk. In this the Starmer government resembles the Labor party led committee for nuclear disarmament in the 1980's. It opposed the Thatcher supported deployment of U.S. cruise missiles in response to the Soviet SS20's pointed at Britain's cities. The British left branded their response to Soviet strategic escalation to U.S. aggression. This time however there is for the moment no Thatcher to bring common sense into an equation dominated by emotionally driven ideologies in the face of an aggressor with definite aims. In terms of the Russian-Ukraine conflict we are reverting to the old question dating back to the Napoleonic war era: to what extent is London happy with the European nations fighting it out alone for dominance of the continent. Britain was never willing to accept a single power in control. Many variables will dictate what kind of world emerges from the current conflicts in Ukraine and Iran. How will power be extracted from potential gains? What will be the strategic impact of this? What is sure, in the age of Trump this pattern of reliance on U.S. muscle is becoming quickly exhausted. Dating back to the Roman Empire, a factor in the decline of major powers has always been astronomical military spending, a budgetary demand that the U.S. under Trump is no longer willing to shoulder alone. (Author is an Israeli American lawyer academically qualified in British and in U.S.A. law, and a graduate of the School of Oriental & African Studies, London. He is a Jewish believer in Jesus and is currently based in Israel).
By David Passmore April 9, 2026
Please keep brother Malcolm Betts from the New Life Pentecostal Church, Winsford in prayer. He is suffering from heart failure, valve problems and spinal stenosis. Your prayers for healing and intervention are coveted. Also, Malcom’s daughter Laura-Louisa is having complications with her pregnancy. Her baby boy is due on the 22nd of April and was in a breach position, however he is now moved to an oblique position which carries serious risk and possible surgical intervention. Laura is also at risk of postpartum haemorrhage. Please pray for the midwives and obstetricians skill and wisdom. Please also pray for Malcolm’s sister Susan who has sepsis in her leg. And please pray also for Sheila Carlisle. She is undergoing knee replacement surgery.
By David Passmore April 8, 2026
Greetings Dear Brethren in Yeshua our Lord & God Hope your all well Further developments: The NHS and oncologist from day one got my Markers wrong which in result denied me access to the latest treatments such as immunotherapy and targeted treatment. After getting a second opinion from Royal Marsden they discovered my Markers were not zero but 13-14 and that I was also Claudine 18.2 which confirmed I was allowed to all the latest treatments such as targeted treatment. My local MP and Health secretary are now involved and have written to both the treatment companies and NHS trust. I have also spoken to doctors in the states. Dear brethren my family & I have been through so much in the past and the valley is truly a battle. I truly thank The Lord Yeshua for Him humbling us all, correcting us in His parental love (1 Cor 4-6 & 2 Cor 2). It’s been very hard but also a blessings to truly draw closer The Lord- cast of works of darkness/old garments and be washed in His Blood daily. Your prayers are vital and above all The Glory Of The Lord to be magnified. Please remember us in your love & prayers as we walk through this battle in The Lord. Praying for you all and much love in Yeshua. Your brother - Teerth & Family
By David Passmore March 26, 2026
Contrary to the near unanimous chorus of media coverage concerning the current impasse in the straits of Hormuz it isn't obvious that this is an American problem. The chief consumers of oil passing through this critical juncture are China, India, South Korea, Japan and the European markets. The U.S. has alternative reserves due to domestic crude from Alaska, the Permian Basin, the Gulf of America and domestic fracking. This is further augmented by Venezuelan heavy crude now refined in the U.S. and possible further supplementation with Canadian sand shale from Alberta. Based on those determinations if European powers won't contribute to efforts to keep the straits open, Trump can simply leave them to their own repercussions that will further drive up the price of Brent crude oil. The question may then become whether the U.S. can redefine the global oil market by legislatively mandating the West Texas Intermediate. Can America divorce the WTI from the Brent prices and from the Rotterdam spot market prices by maintaining a domestic market legislatively controlled? In so doing, keeping all oil being drilled from federal lands subject to a semi-interventionist price control system that in theory could average domestic gasoline prices at $2/gallon varied only by state taxes. Such a fundamental restructuring of oil markets will allow the U.S. to operate independent of global bench marks. This might be opposed by petroleum industry interests who would benefit from higher international prices, but would likely have public support. Such price regulation would not be government mandated price controls in the ordinary sense, but could be legally enforced as terms of condition in federal licensing policies for drilling on federal lands. Approximately 25% of oil pumped in the U.S. is drilled on federal land where contractual conditions can be easily implemented. These strategies would have a short to medium term impact on global markets and on domestic prices. Medium to longer term strategies however would require a national network construction of safer pebble cooled nuclear reactors, generating a viable source of electricity for electric vehicles. Additionally, similar to the energy company SASOL, the U.S. should begin domestic production of a coal conversion variant of gasoline, jet fuels and certain petrol chemicals. The Fischer-Tropsch process technology allowing for the production of cleaner synthetic fuels has existed since the 1930's and enhanced upgrades of this method are in active production use in South Africa. This would avoid the failed folly of moving towards 100% renewables that have crippled the German economy and driven energy costs punitively higher in order to placate Green Party-political interests. The Trump administration must lower domestic gasoline prices in an election year in the short term. However, in the medium to longer term the current conflict with Iran affords an opportunity to restructure the international oil market in such a manner that it will immunize the U.S. from surging oil prices. In theory such a fundamental revamping of oil markets could keep domestically produced oil under $50/barrel. Events are marching forward at pace. At time of writing some European nations have indicated a willingness to perhaps contribute towards a naval response. Trump himself has said that Iran is negotiating an end to the blockade. Irrespective of this, the situation has elucidated the vulnerability of European and Asian gas and oil supply and the opportunity for the U.S. to advance its energy independence in such a way that will directly translate into savings for domestic consumers. (Author is an Israeli American lawyer academically qualified in British and in U.S.A. law, and a graduate of the School of Oriental & African Studies, London. He is a Jewish believer in Jesus and is currently based in Israel).
By David Passmore March 23, 2026
An ex-catholic and bible scholar responds to the eucharist
By David Passmore March 11, 2026
THE CONFGLAGRATION OF HOSTILITIES IN THE MIDDLE EAST AND CURRENT RISING GLOBAL ENERGY PRICES. WHAT IS REALLY HAPPENING? Rubin Rothler LLB, LLM The markets historically have responded with grave alarm at the prospect of disruptions in the major sea lanes for transporting fuel. So far, Iran has exercised a degree of reluctance to fully close this critical channel due to Chinese pressure for their major source to remain. The Chinese economy could be savaged should Iran fully attempt to shut down all shipping in its entirety. As the war continues, Iranian capability to realize these ends becomes less likely due to the severe damage inflicted upon maritime forces. The U.S. has strategically positioned their Armada in place so that they are effectively choking the deployment of the Iranian Navy at sea in all theatres. From the coast of Sri Lanka in the mid Indian Ocean to the outer reaches of the Persian Gulf, the Iranian Navy is simply out gunned and woefully inadequate technologically to pose any meaningful opposition. However, they may decide to go all in and actively concentrate directed attacks by their small boats at all incoming oil tankers in the Straights. If this scenario unfolds, we may see an impasse in the conflict. Fear in the Gulf States and Saudi Arabia has already greatly increased. These regimes continue to be actively targeted by Iran to cause maximum economic impact. They may lean on the U.S. to seek a negotiated settlement. Europe with the exception of Spain has so far largely fallen into line with the Washington consensus. But if prices rapidly increase policy may shift (as it has been with now over $100 per barrel of oil). The combination of Arab consternation, Chinese pressure and European pliability together with a collapse in global energy supplies could cause the U.S. to reconsider its objectives in terms of what can be realistically realized. Trump prepared for these repercussions and mitigated the damage by posturing accordingly. The City of London's traditional monopoly on ensuring the maritime industry is being effectively displaced by U.S. surety for transit in the Straights. Further, the operation to remove Maduro in Venezuela with the consequent assumption of their oil reserves lent handsomely to the aim of forging an alternate fuel supply to the global markets. Albeit there remain questions concerning the ability to refine thick Venezuelan crude oil as its refining is more costly and arduous than Saudi and Gulf oil. Trump gained an extension of time for getting these operations underway by drawing out the prior negotiations with Iran. Here we can see that contrary to popular comment Trump's actions are strategically calculated. Complicating matters, after the oil and natural gas embargo was imposed on Russia, Europe became increasingly reliant on Middle Eastern supplies. Qatar is the prime source of natural gas and its depots are being choked by Iranian strikes. If this persists Europe will find it extremely difficult to secure its energy needs. Similarly, India has been acutely impacted to such an extent that Trump was moved to allow Delhi to lift sanctions on Russian energy. It must also be noted however that at present there exists no shortage of ready refined petroleum supplies, not even including the embargoed Russian oil (much of it unrefined) stored in tanker ships due to Ukraine War sanctions. Trump Administration plans using US naval and allied naval assets to escort tankers through the Straights f Hormuz would easily allow Lloyds of London to provide usual insurance once those vessels clear the Persian Gulf. Hence, the upward trajectory of crude prices is in part being manipulated by certain City of London and Wall Street interests that are in some measure politically motivated to favour the American Democrat Party in upcoming mid-term congressional elections. In terms of supply actualities, crude increases should be no higher than 25% in terms of Brent and 20% in terms of West Texas Intermediary. Predictably the legacy media is misrepresenting the price surge as purely market driven, when it is to some degree being engineered. Certain questions can be raised regarding how current events will unfold. A catastrophic situation could plausibly embroil dragging in additional actors to the conflict. Serious commentators have actually cautioned that we are heading towards World War Three. Short of this, Qatar is warning of global economic disaster. At the very least we will continue to see instability in global energy markets that will increasingly hit everyday consumers at the gasoline pump.
By David Passmore March 9, 2026
There appears to be a number of good pastors in very serious health struggles at the moment in England. These include Pastor Tony Pearce (London), Pastor John Anglisse (reading area), and Moriel Pastor Teerth Sonde (Wolverhampton). To these we have just learned that another Moriel Pastor in Winsford, Pastor Malcom Betts has suffered a serious coronary and is likewise in deep need of prayer. This may or may not be a general demonic attack on pastors in the area of health, however Our God Is Indeed Able to undettake for all of them and each of them.
By David Passmore March 7, 2026
URGENT PRAYER REQUEST Moriel has learned that Pastor John Anglisse of Ark Christian Fellowship in England, a long standing friend of Moriel, has been medically diagnosed as being pre terminal in his on going health battles. Moriel and Jacob Prasch earnestly request prayer for The Lord's intervention and prolonging of John's temporal life for the sake of his wife Mary and for his congregation and ministry. While "to Live is Christ and to die is gain" for John, his homecoming would be quite a loss for those of us who remain, and we ask The Lord for healing. We also thank our subscribers for their prayers for our friend & brother Pastor Tony Pearce in London. Tony is scheduled for two surgery procedures this week for skin cancer, one of which involves potential risks for his eye. Continued prayer is much appreciated.
By David Passmore February 19, 2026
Prayer request for Sue
By David Passmore February 17, 2026
Prayer request for Joan Philips